Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kepha abazenzisi benhliziyo babutha ulaka; abakhali uma Ebabopha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Abangesabi ngenhliziyo baqongelela ulaka; abakhali lapho ebabopha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 “Abangenakulunga enhliziyweni baqongelela ulaka, abakhali bacele usizo lapho ebabopha.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:13
15 Referans Kwoze  

Kepha ngobulukhuni bakho nenhliziyo engaphendukiyo uzibekelela ulaka ngosuku lolaka nolokwambulwa kokwahlulela okulungileyo kukaNkulunkulu;


Futhi uma beboshwe ngamaketanga, beboshwe ngezintambo zosizi;


Abahlezi ebumnyameni nasethunzini lokufa, beboshiwe usizi nensimbi;


Yebo, uyakulahla ukwesaba, unqande ukukhuleka phambi kukaNkulunkulu.


Ngesikhathi sokucindezeleka kwakhe wabuye waphambuka kuJehova; yiyo leyo nkosi u-Ahazi.


wasesithi kubo: Lingalethi izibotshwa lapha; ngoba njengoba sesonile kuJehova, lina lihlose ukwengezelela ezonweni zethu leziphambeko zethu; ngoba isiphambeko sethu sikhulu futhi kukhona intukuthelo evuthayo ngokumelene no-Israyeli.


Bhekani, senivukile esikhundleni sawoyihlo, isixuku sabantu abayizoni, ukwandisa ulaka lweNkosi phezu kuka-Israyeli.


Inhliziyo yakho ikuthathelani na? lapho amehlo akho ecwayiza.


Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi.


Bafa besebasha, nokuphila kwabo kuphakathi kwabangcolileyo.


Njengokulotshiweyo emthethweni kaMose konke lokhu okubi kwasehlela, kepha asikhulekanga phambi kukaJehova uNkulunkulu wethu ukuba sibuye ebubini bethu, siqonde iqiniso lakho.


engizigcinele isikhathi sokuhlupheka, usuku lokulwa lempi?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite