Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 36:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba futhi bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha uma bengalaleli, bayakuphela ngenkemba, bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha uma bengalaleli, bayobhubha ngenkemba, bafe bengenalwazi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 36:12
13 Referans Kwoze  

Ubuhle babo obukubo abusuki na? bayafa bengenakuhlakanipha.


Maye kwababi! kuyakuba kubi kuye, ngokuba inkokhelo yezandla zakhe iyakunikwa yona.


Kepha uma nala, nihlubuka, niyakuqedwa ngenkemba, ngokuba umlomo kaJehova ukhulumile.


Akakholwa ukuthi uyobuya ebumnyameni, futhi ulindelwe ngenkemba.


Kepha abazenzisi benhliziyo babutha ulaka; abakhali uma Ebabopha.


Uyakufa engalaywanga; futhi ngobuningi bobuwula bayo uyoduka.


Kodwa uma nisenza okubi, niyakuchithwa, nina nenkosi yenu.


Ugcina umphefumulo wakhe egodini nokuphila kwakhe ukuba kungabhubhi ngenkemba.


Akekho ongasunduza omunye; bayakuhamba, kube yilowo nalowo ngendlela yakhe, uma bewa ngenkemba, abayikulinyazwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite