Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Ngokuba enezela ukuhlubuka esonweni sakhe, ushaya ihlombe phakathi kwethu, andise amazwi akhe ngokumelene noNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Ngokuba uyenezela ukuhlubuka esonweni sakhe; ushaya ihlombe phakathi kwethu, andise amazwi akhe kuNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Uyenezelela ukuhlubuka esonweni sakhe, ushaya izandla phakathi kwethu, akhulume amazwi amaningi kuNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:37
11 Referans Kwoze  

Amadoda ayomshayelela izandla amshaye ikhwelo asuke endaweni yakhe.


Ngokuba ukuhlubuka kufana nesono sokuthakatha, nenkani ingububi nokukhonza izithombe. Ngokuba ulilahlile izwi likaJehova, naye ukulahlile wena ukuba ungabi yinkosi.


Kwathi ngemva kokuba uJehova esekhulume lawa mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami ikuvuthele wena nabangane bakho ababili, ngoba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.


Ngakho uJobe uwuvulela ize umlomo wakhe; wandisa amazwi engenakwazi.


Namuhla ukukhala kwami kumunyu; umvimbo wami unzima kunokububula kwami.


U-Elihu wakhuluma wathi:


Kanjalo nazidla ngami ngomlomo wenu, nanda amazwi enu kimi; ngiwezwile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite