Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kufanele kube njengokuqonda kwakho na? uyakukubuyisela, noma wenqaba, noma ukhetha; hhayi mina; ngalokho khuluma okwaziyo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Uyakuphindisela njengokuthanda kwakho, lokhu ukwenqaba, na? Ngokuba nguwe ozakukhetha, akusimina; khuluma okwaziyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Uyakuphindisela ngokuthanda kwakho yini, njengoba usenqaba isifundiso sami na? Ngokuba nguwe ozakukhetha, hhayi mina; khuluma okwaziyo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:33
20 Referans Kwoze  

Konke uJehova akuthandayo wakwenza ezulwini nasemhlabeni, olwandle nasezikhukhuleni zonke zezwe.


Uma kukhona ongakukhuluma, ngiphendule; khuluma, ngokuba ngithanda ukukulungisisa.


wathi ukuthukwa kukaKristu kuyingcebo enkulu kunengcebo yaseGibithe, ngokuba wayebheke umvuzo.


Ngokuba uma izwi elakhulunywa ngezingelosi laqiniseka, nakho konke ukweqa nokungalaleli kuthola umvuzo ofanele;


Kumbe ngubani owamnika kuqala, njalo uzabuye abuyiselwe kuye?


Kodwa wena muntu, ungubani wena ophendula ngoNkulunkulu? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: ‘Ungenzeleni kanjalo na?


Maye kulowo oxabana noMenzi wakhe! Izindengezi maziphikisana nezindengezi zomhlaba. Ubumba luthi kumbumbi walo: Wenzani na? noma umsebenzi wakho, Akanazandla na?


Bheka, olungileyo uyakuphindiselwa emhlabeni, kakhulu omubi nesoni.


Ngubani ovimbile ukuba ngimbuyisele? konke okuphansi kwezulu lonke kungokwami.


Ngomsebenzi womuntu uyakubuyisela kuye, kube yilowo nalowo athole njengezindlela zakhe.


Uma ukwazi ukungiphendula, hlela amazwi akho phambi kwami, usukume.


Uziklebhula ngolaka lwakhe; umhlaba ungashiywa ngenxa yakho na? nedwala liyakususwa endaweni yalo na?


Okhohliswayo makangathembeli ezeni, ngokuba inzuzo yakhe iyize.


Bheka, ethatha, ngubani ongamvimbela na? ngubani ozakuthi kuye: Wenzani?


Abantu abanokuqonda mabangitshele, nomuntu ohlakaniphileyo makangilalele.


Uma benqaba ukuthatha indebe esandleni sakho ukuba bayiphuze, wothi kubo: Usho kanje uJehova Sebawoti; Uzophuza nakanjani.


Lezizinto wazenza, ngathula; ubucabanga ukuthi nginjengawe, kepha ngiyakukusola, ngikuyale phambi kwamehlo akho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite