Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 34:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Uyochoboza amadoda anamandla ngaphandle kokubalwa, amise abanye esikhundleni sabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Uyaphahlaza abanamandla, kungahlolwanga, amise abanye ezikhundleni zabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Uyabaphahlaza abanamandla, engaphenyanga, abeke abanye ezikhundleni zabo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 34:24
17 Referans Kwoze  

Uyaguqula izikhathi nezikhathi; ususa amakhosi, abeke amakhosi; Unika abahlakaniphileyo ukuhlakanipha nolwazi kwabakwaziyo ukuqonda.


Bachoboza abantu bakho, Jehova, bacindezela ifa lakho.


Izakwahlulela abampofu babantu, isindise abantwana abampofu, ichoboze umcindezeli.


Kumelwe uwaphule ngentonga yensimbi; kumelwe uwaphahlaze njengebhodwe lombumbi.


Koze kube nini nihlupha umphefumulo wami, ningiphule ngamazwi na?


Uhola izikhulu eziphangiwe, agumbuqele abanamandla;


Futhi uJehova uyakumvusela inkosi kwa-Israyeli eyakuchitha indlu kaJerobowamu ngalolo suku; kodwa yini? ngisho namanje.


USamuweli wasesithi kuye: Lamuhla uJehova udabule umbuso wakoIsrayeli kuwe, wawunika umakhelwane wakho ongcono kulawe.


Yilowo nalowo olala nowesifazane oyisigqilakazi esiganwe yindoda, ingahlengwanga, noma inikezwe inkululeko; uyakushaywa; bangabulawa, ngokuba ubengakhululekile.


Khona-ke uyophendulela ubuso bakhe enqabeni yezwe lakhe, kodwa uyokhubeka awe, angatholakali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite