Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Uma kungenjalo, ngilaleleni; thula, mina ngizakufundisa ukuhlakanipha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Uma ungenawo, ngilalele wena; thula, ngiyakukufundisa ukuhlakanipha.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Uma ungenawo, ngilalele, thula, ngiyakukufundisa ukuhlakanipha.”

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:33
9 Referans Kwoze  

Wozani, bantwana, ningilalele, nginifundise ukumesaba uJehova.


Nina bangenalwazi, qondani ukuhlakanipha, nani ziwula, hlakaniphani ngenhliziyo.


Umlomo wami uyakukhuluma ukuhlakanipha; nokuzindla kwenhliziyo yami kuyakuba ngukuqonda.


Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.


Uma kukhona ongakukhuluma, ngiphendule; khuluma, ngokuba ngithanda ukukulungisisa.


U-Elihu waphendula wathi:


Ngubani lo othanda ukuphila, othanda izinsuku eziningi ukuba abone okuhle, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite