Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 ukuze abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 ukuze awubuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kokuphila.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:30
15 Referans Kwoze  

Ngokuba uwusindisile umphefumulo wami ekufeni; Awuyikukhulula izinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe phambi kukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo na?


Bheka, nganginomunyu omkhulu ngenxa yokuthula, kepha wawusindisa umphefumulo wami egodini lokubhubhisa, ngokuba walahla zonke izono zami ngemuva kwakho.


Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya.


Ukuze uvule amehlo abo, basuke ebumnyameni, baye ekukhanyeni, basuke emandleni kaSathane, baye kuNkulunkulu, ukuze bamukele ukuthethelelwa kwezono, nefa phakathi kwabangcwelisiweyo ngokukholwa kimi.


Khona uJesu wabuye wakhuluma kubo, wathi: “Mina ngiwukukhanya kwezwe;


O ndlu kaJakobe, wozani sihambe ekukhanyeni kukaJehova.


Ngemva kwalokho waba lesihawu kuye, wathi: “Mkhulule ekwehleleni egodini; ngithole inhlawulo.”


Ugcina umphefumulo wakhe egodini nokuphila kwakhe ukuba kungabhubhi ngenkemba.


Lalela, Jobe, ngilalele; thula, mina ngikhulume.


Bheka, ungilalele, Jehova Nkulunkulu wami; khanyisa amehlo ami, ukuze ngingalali ubuthongo bokufa;


Uyakuya esizukulwaneni soyise; abasoze bakubona ukukhanya kwemini.


Wathuma izwi lakhe, wabaphulukisa, wabakhulula ekubhujisweni kwabo.


Kepha wena, ngegazi lesivumelwano sakho ngibakhiphile abathunjwa bakho emgodini okungekho manzi kuwo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite