Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 33:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho; okwaziwa yizindebe zami ziyakukhuluma ngesiminya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.

Gade chapit la Kopi




UJobe 33:3
15 Referans Kwoze  

Izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhuluma inkohliso.


Kukhona igolide namarubi amaningi, kepha izindebe zolwazi ziwumhlobiso oyigugu.


Izindebe zabahlakaniphileyo zisakaza ukwazi, kepha inhliziyo yeziwula ayikwenzi lokho.


Ulimi lwabahlakaniphileyo lusebenzisa ulwazi ngokufanele, kodwa umlomo weziwula uthulula ubuwula.


Ngubani lo owenza mnyama iseluleko ngamazwi angelalwazi?


Umuntu ohlakaniphileyo angakhuluma ukwazi okuyize, agcwalise isisu sakhe ngomoya wasempumalanga, na?


Sutha manje, ungibheke; ngoba kusobala kini ukuthi ngiqamba amanga.


Bheka, manje sengiwuvulile umlomo wami, nolimi lwami lukhuluma emlonyeni wami.


Mangingakhethi ubuso bamuntu, futhi ngingavumi ukuthopha umuntu.


Ngokuba angikwazi ukubiza amagama athophayo; ukuze umenzi wami angisuse masinyane.


Ngokuba ngininika imfundiso enhle, ningawushiyi umthetho wami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite