Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 32:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Mangingakhethi ubuso bamuntu, futhi ngingavumi ukuthopha umuntu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Mangingakhethi ubuso bamuntu, ngingathophi nobani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Mangingenzeleli muntu, noma ngincetheze kunoma ngubani,

Gade chapit la Kopi




UJobe 32:21
18 Referans Kwoze  

Ningenzi okubi enkantolo; ungahloniphi ubuso bompofu, ungahloniphi umuntu onamandla; kodwa kufanele wahlulele umakhelwane wakho ngobulungisa.


Bathuma kuye abafundi babo kanye nabakaHerode, bathi: “Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso, awukhathali ngamuntu, ngokuba awubheki ubuso babantu.


Kangakanani-ke ngongamukeli ubuso bezikhulu, futhi ongabheki ocebile kunompofu? ngoba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


Uyakwamukela ubunjalo bakhe na? uzomlwela uNkulunkulu na?


Lezi zinto zingezabahlakaniphileyo. Kakukuhle ukukhetha abantu ekwahluleleni.


Ngokuqinisekile uyonikhuza uma namukela abantu ekusithekeni.


Inceku yakho uJowabe yenza le nto ukuze ilingise le ndlela; futhi inkosi yami ihlakaniphe njengokuhlakanipha kwengelosi kaNkulunkulu, ukwazi konke okusemhlabeni.


Inceku yakho yathi: ‘Izwi lenkosi yami, inkosi, makube elinokuthula, ngokuba njengengelosi kaNkulunkulu, injalo inkosi yami, inkosi, ukwahlukanisa okuhle nokubi; ngalokho uJehova uNkulunkulu wakho uyakuba nawe.


Ungachithi ukwahlulela; awuyikubanaka abantu, ungamukeli isipho, ngokuba isipho siphuphuthekisa amehlo abahlakaniphileyo, siphendukezela amazwi abalungileyo.


Ningakhethi abantu ekwahluleleni; kepha niyakuzwa omncane nomkhulu; akufanele wesabe ubuso bomuntu; ngoba ukwahlulela kungokukaNkulunkulu; necala elinisindayo nililethe kimi, ngilizwe.


Ngiyakukhuluma, ukuze ngiqabuleke; ngizovula izindebe zami ngiphendule.


Ngokuba angikwazi ukubiza amagama athophayo; ukuze umenzi wami angisuse masinyane.


Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.


Koze kube nini nahlulela ngokungenabulungisa futhi nijabulisa abantu ababi? Sela.


Okhuza umuntu kamuva uyakufumana umusa kunomuntu othophayo ngolimi.


Ngalokho nami nginenza nidelelwe, ningabi-yilutho phambi kwabantu bonke, ngokuba anigcinanga izindlela zami, kepha nithanda umthetho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite