Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 31:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Uma ngijabula ngokuchithwa kongizondayo, noma ngiphakanyiswe lapho okubi kumfumene;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 “Uma ngithokozile ngengozi yongizondayo, ngaxhuma lapho eficwa ngokubi

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 “Uma ngithokozile ngengozi eyehlele ongizondayo, ngatshakadula ngenxa yokuba ehlelwe ngokubi,

Gade chapit la Kopi




UJobe 31:29
10 Referans Kwoze  

Oklolodela ompofu usola uMenzi wakhe; futhi lowo ojabulela izinhlekelele ngeke angajeziswa.


Kodwa kwakungafanele ubheke usuku lomfowenu mhla engowemzini; futhi kwakungafanele ujabule ngabantwana bakwaJuda ngosuku lokubhujiswa kwabo; futhi kwakungafanele ukhulume ngokuzidla ngosuku losizi.


Balila, bakhala, bazila ukudla kwaze kwahlwa ngenxa kaSawule, nangenxa kaJonathani indodana yakhe, naphezu kwabantu bakaJehova, naphezu kwendlu yakwa-Israyeli; ngoba bawa ngenkemba.


Bammbela u-Abineri eHebroni; inkosi yasiphakamisa izwi layo, yakhala ethuneni lika-Abineri; bakhala bonke abantu.


Kwakungafanele ungene esangweni labantu bami ngosuku lwenhlekelele yabo; yebo, ubungafanele ubheke usizi lwabo ngosuku lwenhlekelele yabo, noma ubeke izandla phezu kwempahla yabo ngosuku lwenhlekelele yabo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite