Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 31:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uma ukhalo lwakhe belungangibusisayo, akafudunyezwanga ngoboya bezimvu zami;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 uma ukhalo lwakhe lungangibusisanga, uma engafudunyezwanga nguboya bezimvu zami;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 umzimba wakhe ungangithokozisi; engafudunyezwanga ngoboya bezimvu zami,

Gade chapit la Kopi




UJobe 31:20
10 Referans Kwoze  

Noma kunjalo, kumelwe ubuyisele kuye isibambiso lapho ilanga lishona, ukuze alale engutsheni yakhe futhi akubusise; lokhu kuyakuba ngukulunga kwenu phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu.


Lapho indlebe ingizwa, yangibusisa; lapho ilihlo lingibona, lafakaza kimi.


Ngoba wathatha isibambiso kumfowenu ngesize, wahlubula abanqunu izigqoko zabo.


Uma ngibona umuntu ebhubha ngokuswela ingubo, noma omunye ompofu engenalutho;


Uma ngiphakamisela intandane isandla sami, lapho ngibona usizo lwami esangweni;


Akukhona yini ukunika olambileyo isinkwa sakho nokuletha abampofu abaxoshwa endlini yakho na? uma ubona onqunu, umembese; nokuthi ungazifihli enyameni yakho?


futhi ocindezelweyo, ongagodlanga isibambiso, akaphanga ngamandla, kepha wanika olambileyo isinkwa sakhe, wembesa onqunu ngengubo,


Isibusiso sobesabhubha sehlela phezu kwami, ngenza inhliziyo yomfelokazi ijabule.


Amawundlu ayizingubo zakho, nezimbuzi ziyintengo yensimu.


Usho kanje uJehova Sebawoti, wathi: “Yenzani ukwahlulela okuqinisileyo, nibonise umusa nesihe, kube yilowo nalowo kumfowabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite