UJobe 31:19 - Contemporary Zulu Bible 202419 Uma ngibona umuntu ebhubha ngokuswela ingubo, noma omunye ompofu engenalutho; Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 uma ngibone obhubhile ngokuswela isambatho, kungekho okokuzimboza kompofu; Gade chapit laIsiZulu 202019 uma ngibona obhubhayo ngenxa yokweswela isembatho, noma ontulayo engenakho okokwembatha, Gade chapit la |
Asukuma amadoda ayebiziwe, athatha iziboshwa, agqokisa bonke ababenqunu phakathi kwabo, abembathisa, abagqokisa izicathulo, abanika ukuba badle, baphuze, abagcoba, abaphulukisa bonke ababuthakathaka babathwala ngezimbongolo, abaletha. EJeriko, umuzi wamasundu, kubafowabo; ngemva kwalokho babuyela eSamariya.