Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 31:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Uma ngilidelele ilungelo lenceku yami noma lencekukazi yami lapho bexabana nami;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Uma ngidelele ukwahlulelwa kwenceku yami noma okwencekukazi yami, lapho bephikisana nami,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 “Uma ngingalumelanga udaba lwesigqila sami sesilisa noma sesifazane lapho sikhononda ngami,

Gade chapit la Kopi




UJobe 31:13
10 Referans Kwoze  

Makhosi, yiphani izinceku zenu ukulunga nokulingana; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini.


Nani makhosi, yenzani okufanayo kubo, niyeke ukusongela, nazi ukuthi iNkosi yenu nayo isezulwini; futhi akukho ukukhetha ubuso kuye.


Kumelwe nilithathe njengefa labantwana benu ngemva kwenu, ukuze babadle njengefa; bayakuba yizigqila zakho kuze kube phakade; kodwa phezu kwabafowenu, abantwana bakwa-Israyeli, akumelwe nibuse omunye komunye.


Awuyikubusa kalukhuni phezu kwakhe; kodwa kumelwe wesabe uNkulunkulu wakho.


Ngizakwenzani-ke nxa uNkulunkulu esukuma? uma efika, ngiyakumphendula ngithini na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite