Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 30:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Baxoshwa phakathi kwabantu (bamemeza emva kwabo njengesela;)

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bayaxoshwa phakathi kwabantu; bamemeza emva kwabo njengasemva kwamasela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bayaxoshwa emphakathini, abantu bamemeza emva kwabo sengathi kusemva kwamasela.

Gade chapit la Kopi




UJobe 30:5
6 Referans Kwoze  

Bayakukuxosha kubantu, indawo yakho yokuhlala ibe nezilwane zasendle, bakudlise utshani njengezinkomo, bakuphuzise ngamazolo ezulu, kudlule izikhathi eziyisikhombisa. Wena. Nize nazi ukuthi oPhezukonke uyabusa embusweni wabantu futhi uyinika athanda ukumnika yona.


Abantwana bakhe mabazulazule, bancenge njalo; mabafune ukudla kwabo ezindaweni zabo eziyincithakalo.


Abagawula umhlwa emahlathini nezimpande zomjunipha zibe yinyama yabo.


Ukuhlala emaweni ezigodini, emihumeni yomhlaba nasemadwaleni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite