Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Ngokuba ukububula kwami kufika ngaphambi kokuba ngidle, nokubhonga kwami kuthululwa njengamanzi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Ukugquma kwami kufika phambi kwesinkwa sami, nokububula kwami kuthululwa njengamanzi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Ukugquma kimi sekufana nokudla, nokububula kwami kuphophoza njengamanzi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:24
13 Referans Kwoze  

Ngokuba ngidle umlotha njengesinkwa, ngixubanise okuphuzwayo kwami nezinyembezi;


Ubapha isinkwa sezinyembezi; wabaphuzisa izinyembezi ngesilinganiso esikhulu.


Ngibuthakathaka, ngidabukile kakhulu; Ngabhonga ngenxa yobuhlungu benhliziyo yami.


Noma ngimemeza ngimemeza, akawuvali umkhuleko wami.


Sonke siyabhonga njengamabhere, silila njengamajuba; silindela ukwahlulelwa, kepha akukho; ekusindisweni, kepha kukude nathi.


Lapho ngithule, amathambo ami aguga ngenxa yokubhonga kwami usuku lonke.


Ukuze ukuphila kwakhe kwenyanya isinkwa nomphefumulo wakhe wenyanya ukudla okumnandi.


Koze kube nini ningasuki kimi, ningangivumeli ukuba ngime ngize ngigwinye amathe ami na?


Izinto umphefumulo wami owale ukuzithinta zinjengenyama yami elusizi.


Manje umphefumulo wami uthululiwe phezu kwami; izinsuku zosizi zingibambile.


Basebebuthana eMispa, bakha amanzi, bawathulula phambi kweNkosi, bazila ukudla ngalolosuku, bathi lapho: Sonile eNkosini. USamuweli wayala abantwana bakwa-Israyeli eMispa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite