Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Ngakho-ke ososizini uyakuphiwa ukukhanya, nokuphila komunyu womphefumulo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 “Odiniweyo unikelwani ukukhanya nabanomunyu emphefumulweni ukuphila;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 “Kungani ukukhanya kunikwa ososizini, nokuphila, kwabanomunyu emphefumulweni,

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:20
10 Referans Kwoze  

Ngaphumelani esizalweni ukuze ngibone umshikashika nosizi, ukuba izinsuku zami ziphele ngamahloni na?


Nika okudakwayo osondelayo, newayini kwabadabukileyo.


Wayenomunyu emphefumulweni, wakhuleka kuJehova, wakhala kamunyu.


ukuze abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.


nokuba kube kuhle kuNkulunkulu ukungibhubhisa; ukuthi angadedela isandla sakhe anginqume!


Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.


Esefikile kumuntu kaNkulunkulu entabeni, wambamba ezinyaweni; kodwa uGehazi wasondela ukuze amsunduze. Wayesethi umuntu kaNkulunkulu: “Makame; ngokuba umphefumulo wakhe ukhathazekile phakathi kwakhe, uJehova ungifihlele, kazange akwazise kimi.


Iyakukhulula umphefumulo wayo ekuyeni egodini, nokuphila kwayo kuyobona ukukhanya.


Abancane nabakhulu bakhona; lenceku ikhululekile enkosini yayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite