Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 noma ngangingekho njengokuphuphumileyo okuthukusiweyo, njengezingane ezingazange zibone ukukhanya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 noma kungani ngingagcwatshwanga njengokuphuphumileyo nanjengombungu ongalibonanga ilanga?

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:16
8 Referans Kwoze  

Njengomnenke oncibilika, yilowo nalowo makadlule njengokuzala kowesifazane, ukuze bangaliboni ilanga.


Uma umuntu ezala abantwana abayikhulu, aphile iminyaka eminingi, zibe ziningi izinsuku zeminyaka yakhe, nomphefumulo wakhe ungasuthi ngokuhle, futhi angabi nakumbelwa; Ngithi, ukuzalwa okungakafiki kuhle kunaye.


Ekugcineni kwabo bonke wabonwa nakimi, njengakuwo owazalwa kungakabi yisikhathi.


Noma nezikhulu ezazinegolide, ezagcwalisa izindlu zazo ngesiliva;


Lapho ababi bayekela ukukhathazeka; nalapho abakhatheleyo bayaphumula.


ngabe nginjengokungathi kangisiye; Kumelwe ukuba ngathwalwa ngisuka esibelethweni sikanina ngayiswa ethuneni.


Izimbiza zenu zingakawezwa ameva, iyakuwasusa kungathi ngesivunguvungu, iphila nangokufutheka kwayo.


Yebo, ungcono kunabo bobabili abangakabi khona, abangabonanga umsebenzi omubi owenziwa phansi kwelanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite