Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 3:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Noma nezikhulu ezazinegolide, ezagcwalisa izindlu zazo ngesiliva;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 noma kanye nezikhulu ezinegolide ezazigcwalisa izindlu zazo ngesiliva,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 noma kanye nezikhulu ezinegolide, ezazigcwalise izindlu zazo ngesiliva;

Gade chapit la Kopi




UJobe 3:15
10 Referans Kwoze  

ITire yalakhela inqaba, yaqongelela isiliva njengothuli negolide elicwengekileyo njengodaka lwezitaladi.


Isiliva labo negolide labo ngeke libe namandla okubasindisa ngosuku lolaka lweNkosi; kodwa umhlaba wonke uzaqedwa ngomlilo womhawu wakhe;


Izwe labo ligcwele isiliva negolide, ingcebo yabo ayipheli; izwe labo ligcwele amahhashi, nezinqola zabo azipheli.


Yebo, uSomandla uyakuba yinqaba yakho, ube nensada yesiliva.


Uthela indelelo phezu kwezikhulu, athothise amandla amaqhawe.


Inkosi yenza isiliva eJerusalema libe njengamatshe, nemisedari yayenza yaba njengemikhiwane esesigodini ngobuningi.


UBileyamu waphendula, wathi ezincekwini zikaBalaki: “Uma uBalaki efuna ukunginika indlu yakhe igcwele isiliva negolide, anginakweqa izwi likaJehova uNkulunkulu wami ngenze okuncane noma okukhulu.


Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.


Ngisho noma wawubusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bayokudumisa uma wenza okuhle kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite