Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Ngakhetha indlela yabo ngabenza izinduna, ngahlala njengenkosi empini, njengoduduza abalilayo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Uma ngangikhethile izindlela zabo, ngangiyakuhlala emqoka, ngahlalisa okwenkosi empini, njengoduduza abalilayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ukuba ngangikhethe izindlela zabo, ngangizohlala ngingumholi, nginjengenkosi phakathi kwamabutho, njengoduduza abalilayo.”

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:25
16 Referans Kwoze  

Abadala bakwaGileyadi base bethi kuJefta: “Ngalokho siyabuyela kuwe manje, ukuze uhambe nathi, ulwe nabantwana bakwa-Amoni, ube ngumbusi wethu phezu kwabo bonke abakhileyo kwaGileyadi.


Wena uyakuba phezu kwendlu yami, futhi njengezwi lakho bonke abantu bami bayobuswa; esihlalweni sobukhosi kuphela ngizakuba mkhulu kunawe.


Bengizamazisa umumo wezinyathelo zami; njengenkosana ngangiya kuye.


Impahla yakhe yayiyizinkomo eziyizinkulungwane eziyisikhombisa, namakamela ayizinkulungwane ezintathu, namabhangqa ezinkomo angamakhulu ayisihlanu, nezimbongolo ezingamakhulu amahlanu, nezinceku eziningi kakhulu; kangangokuthi lo muntu wayemkhulu kunabo bonke abantu basempumalanga.


Nakudala uSawule eseyinkosi phezu kwethu, nguwe owakhipha u-Israyeli, wabangenisa; uJehova wathi kuwe: ‘Kumelwe unakekele abantu bami u-Israyeli, futhi wena kumelwe ube umbusi phezu kuka-Israyeli.


Futhi wayeyinkosi eJeshuruni lapho izinhloko zabantu nezizwe zakwa-Israyeli zibuthana.


Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.


Uma ngibahleka, abakholwanga; nokukhanya kobuso bami akubaphonsi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite