Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 29:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngase ngithi: Ngizafela esidlekeni sami, ngandise izinsuku zami zibe njengetshebetshebe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 “Ngase ngithi: ‘Ngiyakufa esidlekeni sami, ngandise izinsuku zami zibe ngangesihlabathi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 “Ngase ngithi: ‘Ngizofela emzini wami; izinsuku zami ngizandise zibe ngangesihlabathi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 29:18
12 Referans Kwoze  

Noma uziphakamisa njengokhozi, noma ubeka isidleke sakho phakathi kwezinkanyezi, ngiyakukwehlisa khona, usho uJehova.


Ukwesabeka kwakho kukhohlisile, nokuzidla kwenhliziyo yakho, wena ohlala emifantwini yedwala, obambe indawo ephakemeyo yentaba; noma wakha isidleke sakho njengokhozi, ngiyakukwehlisa khona, usho uJehova.


Ngizomanelisa ngezinsuku ezinde futhi ngimenze abone insindiso yami.


Uyakufika ethuneni usumdala, njengesikhwebu sikakolweni ngesikhathi saso.


Wathi wena: Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingenakubalwa ngenxa yobuningi.


Wo kuye ofisela indlu yakhe inzuzo embi, ukuze abeke isidleke sakhe phezulu, akhululwe emandleni omubi!


Wena owakhileyo eLebanoni, owakha isidleke sakho emisedarini, yeka ukuthi uzakuba lesihawu lapho ubuhlungu bukwehlela, ubuhlungu bobelethayo!


UJosefa wabuthela amabele angangesihlabathi solwandle, amabele, waze wayiyeka isibalo; ngoba lalingelanani.


Ngaphula imihlathi yomubi, ngaklebhula impango emazinyweni akhe.


Impande yami yelulela emanzini, namazolo alele egatsheni lami ubusuku bonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite