Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 27:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngokuba uNkulunkulu uyakuphonsa phezu kwakhe, angamyeki; angathanda ukuphunyuka esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Uyacibishelwa engahawukelwa; uyabaleka nokubaleka esandleni sakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Uyakumphephula ungamhawukeli, athi galo yephuka ebalekela amandla awo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 27:22
21 Referans Kwoze  

Yena ongayigodlanga eyakhe iNdodana, kepha wayinikela ngenxa yethu sonke, uyakuba kanjani ukuba angasiphi ngesihle kanye nayo na?


Ngakho ukubaleka kwejubane kuyakubhubha, nonamandla akayikuqinisa amandla akhe, neqhawe aliyikuzisindisa.


Mina, Jehova, ngikukhulumile; kuyakwenzeka, futhi ngiyakukwenza; angiyikubuyela emuva, futhi angiyikuyeka, futhi ngeke ngiphenduke; bayakukwahlulela njengezindlela zakho nangokwezenzo zakho, isho iNkosi uJehova.


Ngakho-ke, kuphila kwami, isho iNkosi uJehova; Impela, ngokuba uyingcolisile indlu yami engcwele ngazo zonke izinengiso zakho nangazo zonke izinengiso zakho, ngalokho nami ngiyakukwehlisa; iso lami aliyikuhawukela, futhi angiyikudabuka.


Ngiyakubaphahlazela omunye komunye, oyise namadodana kanyekanye, usho uJehova;


Niyakwenzani ngosuku lokuhanjelwa nasekubhujisweni okuvela kude na? niyakubalekela kubani nifuna usizo na? futhi uyoyishiyaphi inkazimulo yakho?


Uyobalekela isikhali sensimbi, nomnsalo wensimbi uyomgwaza.


Kodwa amehlo ababi azafiphala, njalo kabayikuphunyuka, lethemba labo lizakuba njengokuphiwa umoya.


Kwathi besabaleka phambi kuka-Israyeli besendleleni eya eBeti Horoni, uJehova waphonsa phezu kwabo amatshe amakhulu avela ezulwini kwaze kwaba se-Azeka, bafa; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngenkemba.


Ngizabuthela ububi phezu kwabo; ngiyakuchithela imicibisholo yami phezu kwabo.


UJehova akayikumhawukela, kepha lapho intukuthelo kaJehova nokushisekela kwakhe kuyakushunqa kulowo muntu, zibe phezu kwakhe zonke iziqalekiso ezilotshwe kule ncwadi, uJehova alibize igama lakhe phansi kwezulu, azesule.


Ngokuba ngalesi sikhathi ngiyakuthuma zonke izinhlupho zami enhliziyweni yakho, nasezincekwini zakho, nakubantu bakho; ukuze wazi ukuthi akakho onjengami emhlabeni wonke.


Uyazi ukuthi angiyena omubi; futhi akakho ongophula esandleni sakho.


Khona-ke amadoda esaba kakhulu athi kuye: “Ukwenzeleni lokhu? Ngokuba amadoda azi ukuthi ubalekile ebusweni bukaJehova, ngokuba wayeshilo kuwo.


Kodwa umuntu wasukuma ukukuxotsha lokudinga umphefumulo wakho; kepha umphefumulo wenkosi yami uyakuboshelwa emshungwini wabaphilayo kuJehova uNkulunkulu wakho; nemiphefumulo yezitha zakho iyoyiphonsa kungathi iphakathi kwendwayimana.


Unisa phezu kwababi izihibe, umlilo, nesibabule, nesiphepho esinamandla; lokhu kuyakuba yisabelo sendebe yabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite