Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Welula inyakatho phezu kwendawo engenalutho, walengisa umhlaba phezu kweze.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Welula inyakatho phezu kwendawo engenalutho; uphanyeka umhlaba phezu kweze.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Wendlala inyakatho phezu kweze, aphanyeke umhlaba ezeni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:7
13 Referans Kwoze  

Yena yedwa oweneka izulu, onyathela phezu kwamagagasi olwandle.


Nguye ohlezi esiyingelezini somhlaba, nabakhileyo kuwo banjengesikhonyane; oweneka izulu njengesihenqo, waleneka njengetende lokuhlala;


Usho kanje uNkulunkulu uJehova, owadala, oweneka izulu; owendlala umhlaba nokuphuma kuwo; onika abantu abakulo ukuphefumula, nabahamba kulo umoya;


Ngokuba walisekela phezu kolwandle, walimisa phezu kwemifudlana.


Phakamiselani amehlo enu phezulu, nibone ukuthi ngubani owadala lezi zinto, okhipha impi yazo ngokwesibalo; Uzibiza zonke ngamagama ngobukhulu bamandla akhe, ngokuba unamandla amakhulu; akukho neyodwa eyehlulekayo.


Izisekelo zawo zimi phezu kwani? noma owabeka itshe lalo legumbi;


Nguwena owadala inyakatho neningizimu: iThabori neHermoni ayakujabula egameni lakho.


Isiprofetho sezwi likaJehova ku-Israyeli, usho uJehova, oweneka izulu, obeka izisekelo zomhlaba, abumbe kuye umoya womuntu.


Unengalo enamandla, isandla sakho sinamandla, isandla sakho sokunene siphakeme.


Beningazi na? awuzwanga? anitshelwanga kwasekuqaleni na? aniqondanga izisekelo zomhlaba na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite