Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 26:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wameluleka kanjani ongenakuhlakanipha na? Uyimemezele kanjani into ngobuningi njengoba injalo na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Umlulekile kanjani ongenakuhlakanipha! Umemezile kangakanani ukuqonda!

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Umeluleke kanjani ongahlakaniphile na? Wamnika izeluleko ezinhle kangakanani ongenakuqonda na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 26:3
17 Referans Kwoze  

Ngoba angigodlanga ukulitshumayela lonke icebo likaNkulunkulu.


lokuthi kangigodlanga lutho olungalisizanga, kodwa ngalitshela, ngalifundisa obala lendlu ngendlu;


Ngubani lo owenza mnyama iseluleko ngamazwi angelalwazi?


Uma kungenjalo, ngilaleleni; thula, mina ngizakufundisa ukuhlakanipha.


Amazwi ami ayakuba ngobuqotho benhliziyo yami, nezindebe zami ziyokhuluma kahle ulwazi.


Kepha buyani nonke, nize manje, ngokuba angitholi noyedwa ohlakaniphileyo phakathi kwenu.


O, sengathi ungathula uthule! futhi lokhu kufanele kube ukuhlakanipha kwakho.


Kepha nami nginakho ukuqonda njengani; Angincinyane kunani; yebo, ngubani ongazazi izinto ezinjalo?


Usizo lwami alukho kimi na? Ukuhlakanipha kuxoshiwe ngokuphelele kimi na?


Umsize kanjani ongenamandla na? nibasindisa kanjani abampofu abangenamandla na?


Ukhulume kubani amazwi? nomoya kabani owaphuma kini?


Ngokuqinisekile, kodwa nina ningabantu, futhi ukuhlakanipha kuyofa kanye nani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite