Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngangizamela indaba yami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpikiswano.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 ngilungise ukwahlulelwa kwami phambi kwakhe, ngigcwalise umlomo wami ngezimpendulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano.

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:4
15 Referans Kwoze  

Bheka-ke, sengiyilungisile indaba yami; Ngiyazi ukuthi ngizoqinisekiswa.


Ngikhumbule; asilwe sodwa; ngimemezele, ukuze uthiwe ulungile.


Ngahlulele, Nkulunkulu, ungivikele esizweni esibi; ngikhulule kumuntu onenkohliso nongalungile.


Ngenxa yegama lakho, Jehova, thethelela ububi bami; ngoba inkulu.


Sifundise esizakukusho kuye; ngoba kasikwazi ukulawula inkulumo yethu ngenxa yobumnyama.


Wathi wena: Impela ngiyakukwenzela okuhle, ngenze inzalo yakho ibe ngangesihlabathi solwandle esingenakubalwa ngenxa yobuningi.


Ngiyakukhuluma nokukhuluma noMninimandla onke, ngithande ukukhuluma noNkulunkulu.


O, ngangazi ukuthi ngingamtholaphi! ukuze ngize ngize ngize esihlalweni sakhe!


Bengiyakwazi ukuthi yimaphi amazwi abeyakungiphendula, ngiqonde abeyakukhuluma kimi.


Ophikisana noSomandla angamfundisa na? osola uNkulunkulu makaphendule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite