Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 23:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Angibuyanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi omlomo wakhe ngawenza ngaphezu kokudla kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe; ngizibekele amazwi akhe kunezimiso zami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Angichezukanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi akhe ngiwagcinile esifubeni sami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 23:12
22 Referans Kwoze  

Amazwi akho afunyanwa, ngawadla; izwi lakho laba yintokozo kimi nentokozo yenhliziyo yami, ngokuba igama lakho labizwa phezu kwami, Jehova Nkulunkulu Sebawoti.


Amnandi kangakanani amazwi akho emlonyeni wami! yebo, imnandi kunezinyosi emlonyeni wami.


UJesu wathi kubo: Ukudla kwami kungukwenza intando yongithumileyo, ngiqede umsebenzi wakhe.


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Yamukela umthetho ophuma emlonyeni wakhe, ugcine amazwi akhe enhliziyweni yakho.


Khona uJesu wathi kumaJuda akholwe kuye: “Uma nimi ezwini lami, ningabafundi bami isibili;


Kodwa wathi kubo: Mina ngilokudla engikudlayo lina elingakwaziyo.


Ngalokho ngiyathanda imiyalo yakho kunegolide; yebo, ngaphezu kwegolide elihle.


Khona bengiyakududuzeka; yebo, bengizozenza lukhuni ngosizi; makangayeki; ngoba kangiwafihlanga amazwi oNgcwele.


beqinisa imiphefumulo yabafundi, bebakhuthaza ukuthi bahlale ekukholweni, lokuthi simelwe ukungena embusweni kaNkulunkulu ngokuhlupheka okukhulu.


Njengezingane ezisanda kuzalwa langazelelani ubisi lwezwi olungenakonakala, ukuze nikhule ngalo;


Inkosi yaleyo nceku iyakufika ngosuku engayibhekile ngayo nangehora engalazi, iyinqume phakathi, iyimisele isabelo sayo nabangakholwayo.


INkosi yasisithi: Pho, ngubani umphathi othembekileyo lohlakaniphileyo, inkosi yakhe eyakumbeka phezu kwabendlu yayo, ukuze abaphe isabelo sabo sokudla ngesikhathi esifaneleyo?


Baphuma kithi, kodwa babengesibo abakithi; ngoba uba babengabakithi, ngabe bahlala lathi;


Zincane yini induduzo kaNkulunkulu kini? kukhona okuyimfihlo kuwe na?


Kodwa yena ungqondonye, ngubani ongambuyisa? nalokho umphefumulo wakhe okufisayo, uyakwenza.


Icebo likaJehova limi phakade, nemicabango yenhliziyo yakhe ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Susa kimi okuyize namanga; unganginiki ubumpofu nengcebo; ngiphe ukudla okulungele mina;


Ngihlanzekile, ngingenasiphambeko, anginacala; futhi akukho bubi kimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite