Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 22:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Okhatheleyo awumnikanga amanzi okuphuza, nabalambileyo ubagodle isinkwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Awumphuzisanga owomileyo amanzi, wamgodlela olambileyo ukudla.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Awumphuzisanga amanzi okhatheleyo, awumnikanga ukudla olambileyo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 22:7
13 Referans Kwoze  

Noma ngidle ucezu lwami ngedwa, intandane ayidlanga kuso;


Ngokuba ngangilambile, kepha aninginikanga ukudla;


Akukhona yini ukunika olambileyo isinkwa sakho nokuletha abampofu abaxoshwa endlini yakho na? uma ubona onqunu, umembese; nokuthi ungazifihli enyameni yakho?


futhi ocindezelweyo, ongagodlanga isibambiso, akaphanga ngamandla, kepha wanika olambileyo isinkwa sakhe, wembesa onqunu ngengubo,


futhi engacindezeli muntu, kodwa wabuyisela isibambiso koweletayo, engaphanga muntu ngokuphoqa, wanika olambileyo isinkwa sakhe, wembathisa onqunu ngengubo;


Ngakho-ke uma isitha sakho silambile, siphe sidle; uma somile, siphuzise, ngokuba ngokwenza lokho uyakubuthela amalahle omlilo ekhanda laso.


Futhi uma welulela umphefumulo wakho kolambileyo futhi usuthise umphefumulo ocindezelweyo; khona ukukhanya kwakho kuyakuvela ebumnyameni, nobumnyama bakho bube njengemini enkulu.


Ohawukela ompofu uboleka uJehova; lalokho amnike khona uzakumbuyisela khona.


Wahlakaza, wapha abampofu; ukulunga kwakhe kuhlala kuze kube phakade; uphondo lwakhe luyophakama ngodumo.


Ukube abantu betende lami bebengashongo ukuthi: ‘O, ukube besinayo inyama yakhe! angeke saneliseke.


Uma nginqanda abampofu ekufisweni kwabo, noma ngafiphalisa amehlo omfelokazi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite