Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 Pho ningiduduza kanjani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele amanga na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 “Pho, ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 “Pho ningiduduzelani ngeze, lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso yodwa na?”

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:34
6 Referans Kwoze  

Ngizwile izinto eziningi ezinjengalezi: Ningabaduduzi ababi nonke.


Intukuthelo yakhe yavuthela abangane bakhe abathathu, ngokuba bengatholanga impendulo, kepha bamlahla uJobe.


Kwathi ngemva kokuba uJehova esekhulume lawa mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami ikuvuthele wena nabangane bakho ababili, ngoba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.


Kepha nina ningamanga, ningodokotela abayize nonke;


Wayesephendula u-Elifazi umThemani, wathi:


Izinkumbulo zenu zinjengomlotha, nemizimba yenu injengemizimba yodaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite