Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 21:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Ngokuba unanzuzoni emva kwakhe endlini yakhe, uma inani lezinyanga zakhe linqunywa phakathi na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Banokujabula kuni endlini yabo emva kwabo, lapho umumo wezinyanga zabo usunqunyiwe, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Zinandabani nabendlu yazo uma sezingasekho, lapho umumo wezinyanga zazo usunqunyiwe na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 21:21
8 Referans Kwoze  

Lapho izinsuku zakhe zimisiwe, inani lezinyanga zakhe likuwe, umisile imingcele yakhe angedlule kuyo;


Ngathi: “Nkulunkulu wami, ungangisusi phakathi nezinsuku zami; Iminyaka yakho isukela ezizukulwaneni ngezizukulwane.


Kepha wena, Nkulunkulu, uyakubahlisela egodini lokubhujiswa; kepha mina ngiyakwethemba wena.


Amadodana akhe eza enkazimulweni, yena engakwazi; futhi bathotshiswa, kodwa akakubonanga kubo.


Amehlo akhe ayakubona ukubhujiswa kwakhe, aphuze ulaka lukaSomandla.


Ingabe ukhona ozofundisa uNkulunkulu ulwazi? kuyilapho Yena ehlulela labo abaphakemeyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite