Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 20:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Noma ububi buba mnandi emlonyeni wakhe, noma ebufihla phansi kolimi lwakhe;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Noma ububi bumnandi emlonyeni wakhe, noma ebufihla phansi kolimi lwakhe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Noma ububi bumnandi emlonyeni wakhe, ebufihla phansi kolimi lwakhe,

Gade chapit la Kopi




UJobe 20:12
10 Referans Kwoze  

Umlomo wakhe ugcwele isiqalekiso nenkohliso nenkohliso; ngaphansi kolimi lwakhe kukhona okubi nokubi.


Jabula, nsizwa, ebusheni bakho; inhliziyo yakho mayikuthokozise emihleni yobusha bakho, uhambe ezindleleni zenhliziyo yakho nangokubona kwamehlo akho; kepha yazi ukuthi uNkulunkulu uyakukuyisa ekulungeni ngazo zonke lezi zinto.


Kakhulu kangakanani onengeka nongcolile umuntu ophuza ububi njengamanzi?


Isinkwa senkohliso simnandi kumuntu; kepha ngasemuva umlomo wakhe uyakugcwala amatshe.


Owesifazane ebona ukuthi umuthi wawulungele ukudliwa, nokuthi uyabukeka emehlweni, nomuthi onxanelekayo ukuhlakaniphisa, wathatha isithelo sawo, wadla, wanika indoda yakhe; wadla.


UDavida wasesithi kuUriya: Hlala lapha lalamuhla, kusasa ngizakukhulula. U-Uriya wahlala eJerusalema ngalolo suku nangakusasa.


Ufakazi omubi udelela ukwahlulela, nomlomo wababi udla ububi.


Ububi bakho buyakusola, nezizondo zakho ziyakusola; yazi, ubone ukuthi kuyinto embi nebabayo ukuthi umshiyile uJehova uNkulunkulu wakho nokuthi ukwesaba kwami akukho kuwe, isho iNkosi uJehova Sebawoti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite