Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Noma kuyiqiniso ukuthi ngonile, isiphambeko sami sihlezi kimi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Uma impela ngidukile, ukuduka kwami kukimi ngedwa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Uma impela ngonile, ukona kwami kuhleli kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:4
8 Referans Kwoze  

Uma uhlakaniphile, uyakuzihlakaniphela;


Ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo.


Ngokuba sonke simelwe ukubonakala phambi kwesihlalo sokwahlulela sikaKristu; ukuze yilowo nalowo amukele izinto ezenziwe ngomzimba wakhe, njengalokho akwenzileyo, noma kuhle noma kubi.


Bhekani, yonke imiphefumulo ingeyami; njengomphefumulo kayise, unjalo umphefumulo wendodana yami; umphefumulo owonayo kumelwe ufe.


UDavide wakhuluma kuJehova lapho ebona ingelosi ishaya abantu, wathi: “Bheka, ngonile, ngenzile okubi; kodwa lezi zimvu zenzeni? isandla sakho masibe phezu kwami nendlu kababa.


ningithukile izikhathi eziyishumi; aninamahloni ngokuzenza abemzini kimi.


Uma ngempela nifuna ukuziphakamisa ngokumelene Nami futhi nimele ihlazo lami ngokumelene Nami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite