Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Yebo, abantwana bangidelile; Ngasukuma, bakhuluma kabi ngami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Yebo, nezingane ziyangidelela; uma ngivuka, zikhuluma ngami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Sengedelelwa ngisho nayizingane, uma ngivuka, zikhuluma kabi ngami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:18
7 Referans Kwoze  

Wasesenyuka esuka lapho waya eBhetheli; kwathi esendleleni, kwaphuma abantwana abancane bomuzi, bamklolodela, bathi kuye: Yenyuka, mpandlandini; khuphuka, khanda elinempandla.


Ngakwesokunene sami umfana uyasukuma; basunduza izinyawo zami, bangimisele izindlela zabo zokubhubhisa.


Kepha manje, abancane kunami bayangiklolodela, oyise babo engangibadelela ukuhlala nezinja zomhlambi wami.


Izizwe ziyakucindezelwa, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe;


Umoya wami uyanuka kumkami, noma ngincenga ngenxa yabantwana besisu sami.


Bonke abangani bami bangizonda, nalabo engangibathanda bangijikela.


Uhlezi ukhulume ngomfowenu; uhleba indodana kanyoko.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite