Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 19:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Amabutho akhe ayangibuthana amise inkamba nxazonke zethabhanekele lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Amabutho akhe afika kanyekanye, alungise indlela ukuba angisukele; amisa nxazonke zetende lami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Amabutho akhe atheleke kanyekanye, angizungeza ngemigoqo yokuhlasela, akanisa nxazonke zethende lami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 19:12
7 Referans Kwoze  

Ngakwesokunene sami umfana uyasukuma; basunduza izinyawo zami, bangimisele izindlela zabo zokubhubhisa.


Kodwa ngizawunikela esandleni sabacindezelayo; abathi emphefumulweni wakho: Khothama, ukuze siwele; wabeka umzimba wakho njengomhlaba nanjengendlela yabadlulayo.


Abacibishelayo bangihaqile; uyaqhekeza izinso zami, akahawukeli; Ukhafulela inyongo yami phansi.


UNkulunkulu wanginikela kwababi, wanginikela esandleni sababi.


Ngokuba imicibisholo kaSomandla iphakathi kwami, okuphuza umoya wami okubuhlungu; izesabiso zikaNkulunkulu zingihlelele.


Usizi nosizi kuyomethusa; ziyakumkhukhumeza njengenkosi elungele ukulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite