Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 18:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Ngoba yena uphonswa enetheni yizinyawo zakhe, futhi uhamba ogibeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Ngokuba uyaphonswa yizinyawo zakhe enetheni, uhamba phezu kweveku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Ngokuba izinyawo zaso zibanjwe enethini, sihamba phezu komwowane.

Gade chapit la Kopi




UJobe 18:8
18 Referans Kwoze  

Abezizwe bacwila emgodini ababewenzile; enetheni bacasha, olwabo unyawo lwabanjwa.


Ngakho-ke izingibe zikuhanqile, uvalo oluzumayo luyakwethusa;


Ukonakala makumfice engazelele; futhi makabambe kuphela lokho akufihlayo; akawele kuleyoncithakalo.


nokuba balulame ogibeni lukaSathane, ababanjwe nguye ngentando yakhe.


Kepha abafuna ukuceba bayela ekulingweni, nasogibeni, nasezinkanukweni eziningi zobuwula ezilimazayo, ezishonisa abantu ekubhujisweni nasekubhujisweni.


Phezu kwalokho umelwe ukunobufakazi obuhle kwabangaphandle; funa awele esihlazweni nasogibeni lukaSathane.


Isho kanje iNkosi uJehova; Ngakho-ke ngizakwendlala phezu kwenu ngexuku lezizwe ezinengi; futhi bayonidonsa ngenetha lami.


Esiphambekweni somubi kukhona ugibe, kepha abalungileyo bayathokoza, bajabule.


Omubi uyakuthatha ububi bakhe, aboshwe ngezintambo zezono zakhe.


Basebemphanyeka uHamani emthini ayewulungisele uMoridekayi. Lwase luphela ulaka lwenkosi.


Inkosi u-Ahashiveroshi yasiphendula yathi ku-Esteri indlovukazi: “Ngubani lowo, futhi uphi lowo ozidlayo enhliziyweni yakhe ukwenza lokhu na?


UHamani wamtshela uSeresi umkakhe nabo bonke abangane bakhe ngakho konke okumehleleyo. Izazi zakhe noSeresi umkakhe zathi kuye: “Uma uMoridegayi oqale ukuwa phambi kwakhe engowenzalo yabaJuda, awuyikumhlula, kepha uyakuwa nokuwa phambi kwakhe.


Uma kukuhle enkosini, makulotshwe ukuba babhujiswe, futhi ngiyakunikela amathalenta ayizinkulungwane eziyishumi esiliva ezandleni zalabo abanandaba ukuze bawangenise engcebweni yenkosi.


Okuvunwa kwakhe abalambileyo bayakudla, bathathe nasethangeni lameva, nabaphangi badle okuhle kwabo.


Isidakwa siyakumbamba ngesithende, futhi umphangi uzomnqoba.


Manje yazini ukuthi uNkulunkulu ungijikile wangihaqa ngenetha lakhe.


Ukwesaba nomgodi nogibe kuphezu kwakho wena owakhileyo emhlabeni!


Kuyakuthi obalekela umsindo wokwesaba awele emgodini; okhuphukayo ephuma emgodini uyakubanjwa ogibeni, ngokuba amafasitele phezulu avulekile, nezisekelo zomhlaba ziyazamazama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite