Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 17:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Izinsuku zami ziphelile, amacebo ami aphukile, yebo, imicabango yenhliziyo yami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Imihla yami isidlulile, amasu ami anqunyiwe kanye nemicabango yami yenhliziyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Izinsuku zami seziphelile, amasu ami asechithiwe, nezifiso zenhliziyo yami.

Gade chapit la Kopi




UJobe 17:11
14 Referans Kwoze  

Izinsuku zami ziyashesha kunenqola yomeluki, azikho ithemba.


Ngathi ekujuleni kwezinsuku zami: Ngizakuya emasangweni eHayidese; ngiphangiwe insali yeminyaka yami.


Inhliziyo yomuntu iceba indlela yakhe, kepha uJehova uqondisa izinyathelo zakhe.


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Celanani icebo, kepha liyachitheka; khulumani izwi, kodwa aliyikuba, ngokuba uNkulunkulu unathi.


Kepha angithandi ukuba ningazi, bazalwane, ukuthi ngazimisela kaningi ukuza kini, ngavinjwa kuze kube manje, ukuze ngibe nesithelo naphakathi kwenu, nanjengakwabanye abezizwe.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho; ngoba akukho msebenzi, nacebo, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kunamacebo amaningi enhliziyweni yomuntu; nokho icebo likaJehova liyakuma.


Baphendula ubusuku bube yimini; ukukhanya kufitshane ngenxa yobumnyama.


Umoya wami wonakele, izinsuku zami ziphelile, amathuna alungiselwe mina.


Ukuzindla kwenhliziyo kumuntu, nempendulo yolimi ivela kuJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite