Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kodwa khathesi ungidinisile; usuchithile sonke ixuku lami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kepha manje ungikhathazile, uyichithile yonke indlu yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Nokho manje uNkulunkulu ungikhathazile, yonke indlu yami uyenze incithakalo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:7
13 Referans Kwoze  

Kanjalo ngenziwa ifa lezinyanga eziyize, nobusuku obunzima bumiselwe mina.


Ngalokho nami ngiyakunenza nigule ngokunishaya, nginivunulise ngenxa yezono zenu.


INkosi uJehova inginike ulimi lwabafundileyo, ukuze ngikwazi ukukhuluma izwi ngesikhathi esifanele kokhatheleyo;


Umphefumulo wami ukhathele ukuphila kwami; ngiyakushiya kimi isikhalo sami; Ngizokhuluma ngomunyu womphefumulo wami.


Ngiyanengwa; angiyikuphila njalo: ake ngime; ngoba izinsuku zami ziyize.


Lapho ababi bayekela ukukhathazeka; nalapho abakhatheleyo bayaphumula.


Abangane bami bayangidelela, kodwa iso lami likhala izinyembezi kuNkulunkulu.


Udedisile abafowethu kimi, labazana lami sebahlukanisiwe lami.


Usizo lwami alukho kimi na? Ukuhlakanipha kuxoshiwe ngokuphelele kimi na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite