Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 16:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 O mhlaba, ungasimbozi igazi lami, nokukhala kwami makungabi nandawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Mhlaba, ungathukusi igazi lami; ukukhala kwami makungabi nandawo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Mhlaba, uze ungaligqibi igazi lami, ukukhala kwami makungayitholi indawo yokuphumula.

Gade chapit la Kopi




UJobe 16:18
13 Referans Kwoze  

Ngokuba igazi lawo likuwo; wayibeka esiqongweni sedwala; akaliphonsanga phansi ukuze alisibekele ngothuli;


Ngokuba bhekani, uJehova uyaphuma endaweni yakhe ukuze ahambele abakhileyo emhlabeni ngenxa yobubi babo;


Manje usuqalekisiwe emhlabeni owavula umlomo wawo ukuba wamukele igazi lomfowenu esandleni sakho;


mhlaba, mhlaba, mhlaba, yizwa izwi likaJehova.


Uma nelula izandla zenu, ngiyakuwafihla amehlo ami kini; yebo, uma nikhuleka kakhulu, angiyikuzwa; izandla zakho zigcwele igazi.


UNkulunkulu uyakuzwa yini ukukhala kwakhe lapho usizi luphezu kwakhe?


Ungasibekela ububi babo, ungasusi isono sabo phambi kwakho, ngokuba baklolode ngawe phambi kwabakhi.


Kungabi ngokungabi nabulungisa ezandleni zami; umkhuleko wami nawo uhlanzekile.


Namanje bheka, ufakazi wami usezulwini, nobufakazi bami buphakeme.


TAU. Ukukhalela kwami usizo makusondele phambi kobuso bakho, Jehova; ngiqondise ngokwezwi lakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite