Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 15:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Kakhulu kangakanani onengeka nongcolile umuntu ophuza ububi njengamanzi?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 kakhulu kangakanani onengekayo nowonakeleyo, umuntu ophuza ukona njengamanzi, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 kakhulu kangakanani onengekayo nowonakeleyo, umuntu ophuza ububi njengamanzi na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 15:16
11 Referans Kwoze  

Ufakazi omubi udelela ukwahlulela, nomlomo wababi udla ububi.


Ngubani onjengoJobe, oklolodela njengamanzi okuphuza?


Ngokuba nathi kade sasiyiziwula, singalaleli, sikhohliswa, sikhonza izinkanuko nezinjabulo ezihlukahlukene, siphila ebubini nomhawu, sizondwa, sizondana.


Bonke babuyela emuva; bangcola ngokuphelele; akakho owenza okuhle, akakho noyedwa.


Ngakho ngiyazenyanya futhi ngiyazisola othulini nasemlotheni.


Noma ububi buba mnandi emlonyeni wakhe, noma ebufihla phansi kolimi lwakhe;


Kakhulu kangakanani ngalabo abahlala ezindlini zodaka, abazisekelo zabo zisothulini, abachotshozwayo phambi kwenundu?


Ngizokukhombisa, ngilalele; futhi engikubonile ngizokumemezela;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite