Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 15:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Zincane yini induduzo kaNkulunkulu kini? kukhona okuyimfihlo kuwe na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Zincane yini kuwe izinduduzo zikaNkulunkulu, nezwi elikhulunywa kahle kuwe na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Incane yini kuwe induduzo kaNkulunkulu, nezwi elikhulunywa kahle kuwe na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 15:11
12 Referans Kwoze  

Kepha uNkulunkulu oduduza abadanileyo, wasiduduza ngokufika kukaThithu;


Kanjalo ubeyakunisusa ekubandezelekeni, akuyise endaweni ebanzi lapho kungekho khona usizi; okubekwe phezu kwetafula lakho kuyakugcwala amanoni.


Usuyizwile imfihlo kaNkulunkulu na? wena uzigcinele ukuhlakanipha na?


Enikwaziyo, nami ngiyakwazi: Angiphansi kini.


UZedekhiya indodana kaKhenana wasesondela, wamtshaya uMika esihlathini, wathi: UMoya we Nkosi uhambe ngayiphi indlela esuka kimi ukuyakhuluma kuwe?


Khona bengiyakududuzeka; yebo, bengizozenza lukhuni ngosizi; makangayeki; ngoba kangiwafihlanga amazwi oNgcwele.


Angibuyanga emyalweni wezindebe zakhe; amazwi omlomo wakhe ngawenza ngaphezu kokudla kwami.


Uyabasindisa abampofu osizini, avule izindlebe zabo ekuhluphekeni.


Ngacabanga ngoNkulunkulu, ngakhathazeka; ngakhononda, umoya wami waphela amandla. Sela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite