Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 14:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Noma impande yakhe iguga emhlabeni, nesiqu sakhe sifela emhlabathini;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Noma impande yawo iguga emhlabathini, nesiphunzi sawo sifela othulini,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Noma impande yawo iguga emhlabathini, nesiqu sawo sifela othulini,

Gade chapit la Kopi




UJobe 14:8
5 Referans Kwoze  

Siphukuphuku, lokho okuhlanyelayo kakwenziwa kuphile, ngaphandle kokuthi kufe;


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Uma uhlamvu lukakolweni luwela emhlabathini futhi lufe, luhlala lodwa; kepha uma lufa, luthela isithelo esiningi.


Abafileyo benu bayakuphila, kanye nezidumbu zami bayovuka. Vukani nihlabelele nina enihlala othulini, ngokuba amazolo enu anjengamazolo emifino, umhlaba ukhiphe abafileyo.


Ngokuba kukhona ithemba ngomuthi, uma ugawulwa, ukuthi uyakubuye uhlume, nokuthi igatsha lawo elithambile aliyikunqamuka.


Kodwa ngephunga lamanzi uyomila futhi uveze amagatsha njengesithombo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite