Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Uzakhuluma kubi kuNkulunkulu yini? futhi ukhulume kuye ngenkohliso?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Niyokhuluma okubi yini ngoNkulunkulu, niyokhuluma inkohliso ngaye na?

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:7
12 Referans Kwoze  

Ngokuba ngempela, amazwi ami awasiwo amanga; ophelele ekwazini ukini.


Kodwa sizilahlile izinto ezifihlakeleyo zehlazo, kasihambi ngobuqili, singaphambanisi ilizwi likaNkulunkulu; kodwa ngokuveza iqiniso sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.


Bazalixotsha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza, lapho wonke olibulalayo uzakuthi ukhonza uNkulunkulu.


Izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhuluma inkohliso.


Okhulumela abangani bakhe izinto ezithophayo, amehlo abantwana bakhe ayafiphala.


Khumbula, ngubani owake wabhubha ngenxa yokuthi wayengelacala? noma banqunyelwephi abalungileyo na?


Kuye kukhona amandla nokuhlakanipha: okhohlisiwe nomkhohlisi ungowakhe.


Manje yizwani ukuzindla kwami, nilalele ukunxusa kwezindebe zami.


UJehu wayesebabizela ndawonye bonke abantu, wathi kubo: “U-Ahabi wakhonza uBali kancane; kepha uJehu uyakumkhonza kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite