Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 13:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Enikwaziyo, nami ngiyakwazi: Angiphansi kini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Enikwaziyo ngiyakwazi nami; angahlulwa yinina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Enikwaziyo nami ngiyakwazi, aningedluli ngalutho.

Gade chapit la Kopi




UJobe 13:2
12 Referans Kwoze  

Kepha nami nginakho ukuqonda njengani; Angincinyane kunani; yebo, ngubani ongazazi izinto ezinjalo?


Sengibe yisiwula ngokuzibonga; ningiphoqile nina, ngokuba mina bekufanele ukuba nginconywe yinina, ngokuba angisilele ngalutho kubaphostoli abakhulu kunabo bonke, noma ngingelutho.


Kwathi ngemva kokuba uJehova esekhulume lawa mazwi kuJobe, uJehova wathi ku-Elifazi umThemani: “Intukuthelo yami ikuvuthele wena nabangane bakho ababili, ngoba anikhulumanga okulungileyo ngami njengenceku yami uJobe.


Lalela ukuzwa umsindo wezwi lakhe nomsindo ophuma emlonyeni wakhe.


Ngakho uJobe uwuvulela ize umlomo wakhe; wandisa amazwi engenakwazi.


UJobe wakhuluma engelalwazi, lamazwi akhe ayengelakuhlakanipha.


Bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakubeka indaba yami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite