Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 12:18 - Contemporary Zulu Bible 2024

18 Uthukulula izibopho zamakhosi, abophe izinkalo zawo ngebhande.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uthukulula izibopho zamakhosi, awabophe ezinkalweni ngamaketanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Uthukulula izintambo zamakhosi, awabophe ngebhande ezinkalweni zawo.

Gade chapit la Kopi




UJobe 12:18
10 Referans Kwoze  

Uyaguqula izikhathi nezikhathi; ususa amakhosi, abeke amakhosi; Unika abahlakaniphileyo ukuhlakanipha nolwazi kwabakwaziyo ukuqonda.


O Jehova, isibili, ngiyinceku yakho; ngiyinceku yakho nendodana yencekukazi yakho; Uzithukululile izibopho zami.


Esembathweni sakhe nasethangeni lakhe kunegama lilotshiwe ukuthi: INKOSI YAMAKHOSI, NOMBUSI WABABUSI.


Yena uJohane wayenengubo yoboya bekamela, enoqhotho lwesikhumba okhalweni lwakhe; ukudla kwakhe kwakuyizintethe nezinyosi zasendle.


Kanye namakhosi nabeluleki bomhlaba abazakhela izindawo eziyincithakalo;


Uthela indelelo phezu kwezikhulu, athothise amandla amaqhawe.


Akekho oyokhathala noma akhubeke phakathi kwabo; akekho oyokozela noma alale; nebhande lezinkalo zabo aliyikuthukululwa, nebhande lezicathulo zabo aliyikugqashuka.


Ngokuba wakhulula intambo yami, wangicindezela, badedela netomu phambi kwami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite