Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:19 - Contemporary Zulu Bible 2024

19 ngabe nginjengokungathi kangisiye; Kumelwe ukuba ngathwalwa ngisuka esibelethweni sikanina ngayiswa ethuneni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 ngibe njengokungathi ngingekho, ngiyiswe ethuneni ngisaphuma esiswini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kwakuyoba sengathi angikaze ngibe khona, ngiphume esibelethweni, ngiyiswe ethuneni.

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:19
7 Referans Kwoze  

Njengomnenke oncibilika, yilowo nalowo makadlule njengokuzala kowesifazane, ukuze bangaliboni ilanga.


Kungani ngingafanga esizalweni sikanina? kungani ngingawulahlanga umoya ngiphuma esiswini?


Pho, ungikhipheleni esizalweni sikamame na? Sengathi ngaphela umoya, iso lingangibonanga;


Izinsuku zami azimbalwa na? yima, ngime, ukuze ngiduduzeke kancane;


Ngokuba anginqunywanga phambi kobumnyama, futhi akasibekelanga ubumnyama ebusweni bami.


Ngokuba akangibulalanga kwasesiswini; noma umama ubengaba ithuna lami, nethanga lakhe libe likhulu kimi njalo.


Noma bengingaba khona njengozalo olufihlwayo; njengezingane ezingakaze zikubone ukukhanya kwemini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite