Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngoba liyakhula. Uyangizingela njengebhubesi elinolaka, ubuye uzibonakalise ngokumangalisayo phezu kwami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Nokuba bengiziphakamisa, ubuyakungizingela njengengonyama, ubuye uzenze omangalisayo kimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Nokuba bengiziphakamisa, ubuyakungizingela njengengonyama, ubuye uzenze omangalisayo kimi.

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:16
11 Referans Kwoze  

Ngacabanga kwaze kwasa ukuthi uyawaphula onke amathambo ami njengengonyama; kusukela emini kuze kube sebusuku uyakungiqeda.


Kimi ubenjengebhere eliqamekeleyo, nanjengengonyama ecashile.


abenza izinto ezinkulu nezingenakuqondwa; izinto ezimangalisayo ezingenakubalwa:


Ingonyama ibhongile, ngubani ongayikwesaba na? iNkosi uJehova ikhulumile, ngubani ongayikuprofetha na?


UJehova uyakwenza izinhlupho zakho zibe yisimangaliso, nezinhlupho zenzalo yakho zibe yizinhlupho ezinkulu, nezifo ezithatha isikhathi eside nezinzima, zibe zinde.


Ubufihlelani ubuso bakho, ungivikele esitheni sakho, na?


Uyangidwengula ngolaka lwakhe, ongizondayo; ungigedlele amazinyo; isitha sami singigqolozele.


Ngakho ingonyama yasehlathini iyababulala, impisi yakusihlwa iyakubaphanga; ingwe iyakulinda imizi yabo, bonke abaphuma khona badwengulwe, ngokuba iziphambeko zabo nezinengiso zabo ziningi iyanda.


Ngokuba ngiyoba njengengonyama ku-Efrayimi nanjengebhongo lengonyama endlini kaJuda; nami ngiyakuklebhula, ngimuke; ngiyakususa, akakho oyomsindisa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite