Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJobe 10:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lezi zinto uzifihlile enhliziyweni yakho: Ngiyazi ukuthi zinawe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Kepha ufihlile enhliziyweni yakho lokhu; ngiyazi ukuthi lokhu kukuwe kokuthi:

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Kepha lokhu ukufihlile enhliziyweni yakho, ngiyazi ukuthi lokhu ubukusophile:

Gade chapit la Kopi




UJobe 10:13
12 Referans Kwoze  

Kodwa yena ungqondonye, ngubani ongambuyisa? nalokho umphefumulo wakhe okufisayo, uyakwenza.


Bhekani manje ukuthi ngiyilokhu nokuthi akakho unkulunkulu ngaphandle kwami. Ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngipholise, akakho ongophula esandleni sami.


njengokwenjongo yaphakade ayimisayo kuKristu Jesu iNkosi yethu;


Yeka ukujula kwengcebo nokuhlakanipha nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka ukuthi aziphenyeki kanjani izahlulelo zakhe, nezindlela zakhe aziphenyeki!


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Impela wena unguNkulunkulu ozifihlayo, Nkulunkulu ka-Israyeli, uMhlengi.


Mina ngakha ukukhanya, ngidala ubumnyama; Ngenza ukuthula, ngidala ububi; Mina Jehova ngenza zonke lezi zinto.


ngakwesokhohlo, lapho asebenza khona, kodwa kangimboni; ngakwesokunene uyacasha, ukuze ngingamboni.


Lapho ngona, uyangibheka, awuyikungikhulula ebubini bami.


Ngoba wenza lokho okumiselwe mina, lezinengi ezinjalo zikhona kuye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite