Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 6:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Abelusi nemihlambi yabo bayakuza kuyo; kumelwe bagxumeke amatende abo nxazonke zakhe; kufanele bondle yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abelusi bayakufika kuyo benemihlambi yabo, bamise amatende abo ngakuyo nxazonke, baluse, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abelusi nemihlambi yabo bayotheleka kuyo, bamise amathende abo ngakuyo, nxazonke, beluse, kube yilowo nalowo endaweni yakhe.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 6:3
8 Referans Kwoze  

Ngokuba izinsuku ziyakufikela, lapho izitha zakho ziyokubiyela ngomsele, zikuhaqe, zikuvimbezele nxazonke;


Abelusi bakho bayozela, nkosi yase-Asiriya; izikhulu zakho ziyakuhlala othulini; abantu bakho bahlakazekile ezintabeni, akakho obabuthayo.


Abelusi abaningi basichithile isivini sami, balinyathele phansi izwe lami, benzé izwe lami elimnandi laba ihlane eliyincithakalo.


INkosi yasithumela kuye amaviyo amaKaledi, namaviyo ama-Aramu, namaviyo akwaMowabi, namaviyo abantwana bakwa-Amoni, yawathuma kuJuda ukuyichitha, njengezwi leNkosi eyalikhuluma ngesandla sezinceku zakhe, abaprofethi, bakhuluma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite