Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 52:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkosi yaseBabele yabulala amadodana kaSedekiya phambi kwamehlo akhe; wazibulala zonke izikhulu zakwaJuda eRibila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Inkosi yaseBabele yabulala amadodana kaSedekiya phambi kwamehlo akhe; yabulala nazo zonke izikhulu zakwaJuda eRibila.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Inkosi yaseBhabhele yawabulala amadodana kaZedekiya ezibonela ngawakhe amehlo. Yazibulala zonke nezikhulu zakwaJuda eRibhila.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 52:10
12 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova, uthi: “Loba ukuthi lo muntu akanamntwana, umuntu ongayikuphumelela emihleni yakhe;


Abulala amadodana kaZedekiya phambi kwamehlo akhe, amkhipha amehlo kaSedekiya, ambopha ngamaketanga ethusi, amyisa eBabele.


Ukuze uhlanye ngokubona kwamehlo akho ukuthi uzokubona.


Ngoba ngingakhuphukela kanjani kubaba, umfana engekho nami? ukuze ngingabuboni ububi obehlela ubaba.


Wasehamba wahlala phansi maqondana laye, khatshana nje, njengokudubula komnsalo; ngoba wathi mangingaboni ukufa komntwana. Wahlala maqondana naye, waphakamisa izwi lakhe, wakhala.


Bulalani amaxhegu, abasha, izincekukazi, nabantwana, nabesifazane, kepha ningasondeli kunoma yimuphi umuntu onophawu; futhi uqale endaweni yami engcwele. Base beqala ngamakhehla ayephambi kwendlu.


Futhi ngiyonikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, nezikhulu zakhe esandleni sezitha zabo nasesandleni salabo abafuna ukuphila kwabo nasesandleni sebutho lempi yenkosi yaseBhabhiloni ekhuphuke ivela kini.


Thatha elikhethiweyo lewundlu, ushise amathambo ngaphansi kwalo, libilise kahle, kubiliswe amathambo kulo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite