Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:61 - Contemporary Zulu Bible 2024

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Uma ufika eBabele, ubone, ufunde onke lawa mazwi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Ekufikeni kwakho eBabele bhekisisa ukuba ufunde onke lawa mazwi,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

61 UJeremiya wathi kuSeraya: “Kuyakuthi nje lapho ufika eBhabhele, uqikelele ukuba uwafunde wonke lawa mazwi,

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:61
9 Referans Kwoze  

Ubusisiwe ofundayo, nabawezwayo amazwi alesi siprofetho, bagcine okulotshiweyo kuso, ngokuba isikhathi siseduze.


Ngiyanifungisa ngeNkosi ukuba le ncwadi ifundwe kubo bonke abazalwane abangcwele.


Ngakho duduzanani ngalawamazwi.


Nxa le ncwadi isifundiwe kini, qinisekani ukuba ifundwe nasebandleni laseLawodikeya; nokuthi nani nifunde incwadi evela eLawodikeya.


Kwathi ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka ukuthi amatshe anjani nezakhiwo ezingaka!


UJesu waphuma wamuka ethempelini; abafundi bakhe beza kuye ukumbonisa izakhiwo zethempeli.


UJeremiya waloba zonke izinto ezimbi ezazizakwehlela iBabele encwadini, onke lawa mazwi alotshiwe ngeBabele.


Uzakuthi: O Jehova, wena ukhulumile ngalendawo ukuyiqeda, ukuthi kungasala muntu kuyo, kungabi khona muntu kumbe isilwane, kodwa ukuthi ibe yinkangala kuze kube nininini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite