Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:60 - Contemporary Zulu Bible 2024

60 UJeremiya waloba zonke izinto ezimbi ezazizakwehlela iBabele encwadini, onke lawa mazwi alotshiwe ngeBabele.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

60 UJeremiya waloba encwadini konke okubi obekuyakwehlela iBabele, onke lawa mazwi alotshiwe ngeBabele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

60 UJeremiya wawaloba emqulwini wonke amazwi enhlekelele yonke eyayizokwehlela iBhabhele; wonke lawo mazwi alotshwe mayelana neBhabhele.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:60
11 Referans Kwoze  

UJeremiya wathatha omunye umqulu, wawunika uBharuki, umbhali, indodana kaNeriya; owaloba kuyo ephuma emlonyeni kaJeremiya onke amazwi encwadi uJehoyakimi, inkosi yakwaJuda, ayishisa ngomlilo; futhi kwenezelwa kubo amazwi amaningi afanayo.


Manje hamba, ukulobe phambi kwabo esibhebheni, ukusayine encwadini, kube ngokwesikhathi kuze kube phakade naphakade.


Loba izinto ozibonileyo, lezikhona, lezinto ezizakuba khona emva kwalokhu;


esithi: Mina nginguAlfa loOmega, owokuqala lowokuphela; e-Efesu, naseSmirna, nasePhergamo, naseThiyathira, naseSardesi, naseFiladelfiya, naseLawodikeya.


Kepha wena Daniyeli, thula amazwi, unamathelise incwadi kuze kube sesikhathini sokuphela; abaningi bayogijima baye le nale, futhi ulwazi luyokwanda.


UJeremiya wathi kuSeraya: “Uma ufika eBabele, ubone, ufunde onke lawa mazwi;


Usho kanje uJehova; Bheka, ngiyakuvusa umoya obhubhisayo phezu kweBabele, nakulabo abangivukelayo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite