Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UJeremiya 51:52 - Contemporary Zulu Bible 2024

52 “Ngakho-ke, bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwahlulela izithombe zalo ezibaziweyo, ezweni lonke lalo abalimeleyo babubule.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 “Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakuzihambela izithombe zalo ezibaziweyo, ababulawayo babubule ezweni lonke lalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

52 “Ngakho bheka, ziyeza izinsuku, lapho ngiyozijezisa izithombe zalo ezibaziweyo, kulo lonke izwe lakhona kuqume abalimeleyo,” kusho uSimakade.

Gade chapit la Kopi




UJeremiya 51:52
6 Referans Kwoze  

Ngalokho bheka, izinsuku ziyeza lapho ngiyakwahlulela khona izithombe ezibaziweyo zaseBabele; izwe lakhe lonke liyakuba namahloni, bonke ababuleweyo bakhe bawe phakathi kwalo.


Ukoma kuphezu kwamanzi alo; bayakubuna, ngokuba yizwe lezithombe ezibaziweyo, bathanda izithombe zabo.


Ngiyakuqinisa izingalo zenkosi yaseBabele, ngibeke inkemba yami esandleni sayo; kodwa ngiyakuzaphula izingalo zikaFaro, futhi uyobubula phambi kwakhe ngokububula komuntu olimele kakhulu.


Ngokuba ngiyakuthuma kulo isifo negazi ezitaladini zalo; abalimeleyo bayakwahlulelwa phakathi kwalo ngenkemba ephezu kwalo nxazonke; bazakwazi ukuthi nginguJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite